Unyawo alunampumulo

Unyawo alunampumulo kuchazani na? Ngeke wazi ukuthi lapho uya khona uyofica ini noma kanjani, umuntu uma esaphila uhlale ehamba, uyoze uhambe endaweni la owawungazitsheli ukuthi uye uye khona, Uyonyathela lana owawungazi ukuthi uyoke unyathele khona ngelinye ilanga ngonyawo lwakho, Ungasiphathi kabi isihambi ngoba ngalelinye ilanga uyofika esidodini sakhe, Kusho ukuthi ungadeleli abantu mangabe ungakini ngoba uyizithola ungasemakubo ngelinye ilanga, Kusho ukuthi ungamdeleli ununtu ngobengakini okanye ehambile ngoba nawe uyozthola ungakubo okanye uhlangane naye ekuhambeni...sihambisana nesi "Ihlonipha nala ingayuku ganelakhona".

Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.

Ukuthenga imithi whatsapp +27633220426...click here

Send this post to Whatsapp
Comments
 
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
?
 

Iziwasho nemithi

Izithakazelo

Izisho nezaga

Amagama esizulu izincazelo